English | Zulu | Xhosa | Sesotho | Setswana
Izithako ezixutshiwe zibalulekile ekuxazululeni izinkinga zamaqhubu adalwa irazor kanye nezinwele ezimila ngaphansi kwesikhumba ngokushesha.

UKUSUSA ISIKHUMBA ESIDALA NOKUNGCOLA

  • I SALICYLIC ACID idala ama epidermal cells ukuthi ashabalale, ngalokho kuvuleke izimbobo zesikhumba ezicinene.

UKUBOHLISA

  • I NIACINAMIDE inama anti-microbial enza kubelula ukunciphisa izinduna ezinobovu
  • I LIPACIDES ihlelemba izinga lokukhiqizeka kwamafutha kunciphe izinga lokwenzeka kwezinduna
  • I TRICLOSAN inciphisa futhi ivikele ukwakheka kwamagciwane ngakho ke ivimbe ukutheleleka ezimpandeni zesikhumba.
  • I GLYCERINE yehlisa ukoma nokuhlukemezeka kwesikhumba.
  • I SALICYLIC ACID inezithako ezinamandla ekusizeni ukwehlisa izinga lokuvuvukala.

UKULUNGISA

  • I LIPACIDES ibuyisela iphinde ilungise ukubhalansa kwe PH esikhumbheni

UKUPHOLISA

  • I ANASENSYL inikeza isixazululo esisheshayo ekupholiseni nasekuvikeleni isikhumba uma ushefa.

graph1

EMUVA