| Emva kokuba izinwele zishefiwe ziqala ukukhula futhi. Izinwele ezikhulayo ziphuma esikhunjeni, zigobe noma zifinqanele esikhunje futhi. Lokhu kudala ukuthi isikhumba sivuvukale, sibe nezinduna, silume siphinde sishe. | ![]() |
| Izinwele uma zikhula emva kokushefa zihluleke ukuphuma esikhumbeni zigoqane ngaphakathi zicindezeleke. Lokhu kudala isikhumba ukuthi sizwakale ngendlela engajwayelekile. | ![]() |

