

Kusukela ngo 1966, i Lee-Chem Laboratories isizenzele igugu eziqhenyayo ngalo ekucubungeni imikhiqizo yokuzinakekela esabalele umhlaba wonke. Kulemikhiqizo abanayo eminingi ekubalwa kuyo ama waxes, okhilimu, izigcobo, okokudaya izinwele kanye nokunye, I DX SMOOTH iyona engumkhiqizo wakamuva eyakhelwa amadoda futhi esizakhele isasa.
I Lee-Chem Laboratories ichithe isikhathi eside iphenya futhi ifunda kabanzi ngemikhiqizo yasekhaya kanye nakwamanye amazwe, futhi baphinde benza ucwaningo olunzulu ukuze kutholakale ikhambi elingasiza liphinde lifanele amadoda anenkinga yesikhumba. I DX SMOOTH BUMP TARGET kanye ne BUMP SHIELD ididiyelwe ngososayensi yaphinde yagunyazwa ngezobuklinikhi ekutheni ilwe amaqhubu kanye nezinwele ezimila ngaphakathi kwesikhumba ngokushesha.
I DX SMOOTH HAIR REMOVAL LOTION isigcobo esenzelwe isikhumba samadoda iphinde isebenzisane ngokubambisana ne BUMP TARGET kanye ne BUMP SHIELD ukuze ilwe namaqhubu adalwa i razor (iqwele) noma izinwele ezimile ngaphansi kwesikhumba.
Ukuthola ulwazi, vakashela ku www.leechem.co.za12 WALTER PLACE MAYVILLE DURBAN 4091
P.O. BOX 30009 MAYVILLE DURBAN 4058 SOUTH AFRICA
TEL +27 (0)31 209 7351 FAX +27 (0)31 209 4081
EMAIL enquiries@leechem.co.za