| SPIRITS | UKUNCINZA | UKUZETHEMBA | UBUHLUNGU
| UMBALA WESIKHUMBA | UKUZWAKALA KWESIKHUMBA | UKUSHEFA | ISIGCOBO SOKUSUSA IZINWELE |
Ufisa ukufeza izifiso zakho kodwa ukubonakala kwesikhumba sakho esinezinkinga kuma endleleni yakho yokuzethemba kuphinde kuthinte indlela wena ozibona ngayo phambi kwabantu.
Sinikeze amadoda i DX SMOOTH ukuthi ayisebenzise bese esixoxela ngemiphumela kanye nokuthi iyishintshe kanjani impilo I DX SMOOTH.
SPIRITS
Ngangithi uma ngiqeda ukushefa ngisebenzise i spirit emaqhubini, kodwa iphunga liyaxaka futhi siyancinza uma usifaka esikhunjeni. Sasiphindesenze isikhumba silume. Umngani wami wangazisa nge DX SMOOTH BUMP SHIELD ngase ngiyizama. Iyapholisa futhi abukho ubuhlungu uma uyifaka ebusweni, phezu kwalokho inuka kamnandi!
- Samuel Malindi, Sasolburg
phindela phezulu
I Spirit sinephunga elinganuki kahle impela. Ngenhlanhla ngisebenzisa I DX SMOOTH enephunga elithandwa ngabesimame futhi ayibuhlungu uma uyigcoba.
- Lungani Masuku, Durban
phindela phezulu
UKUNCINZA
Ngangizizwa ngihlambalazeka uma sekumele ngizinwaye emphakathini njalo uma kade ngishefa. Kodwa i DX SMOOTH iyapholisa esikhunjeni; akusekho ukuncinza noma ukunwaya, iyamangalisa. - Dumisani Dangazele, Durban
phindela phezulu
UKUZETHEMBA
Abangani bami sebewubonile umehluko manje bafuna ukwazi imfihlo yempumelelo yani. Kodwa mina ngibona ukuthi ukubukeka kahle nokuzizwa umuhle kukwenza uphumelele konoma yini ofisa ukuyenza. I DX SMOOTH inginikezile ukuzethemba ekufezeni izifiso zami.
- Leonard Standfield, Western Cape
phindela phezulu
UBUHLUNGU
Akekho ongangikholwa uma ngase ngimutshele ukuthi ukuba namaqhubu okushefa kubuhlungu kangakani. Kwezinye izikhathi intamo yami yayivuvukele ezingeni lokungakwazi ngisho ukuphendula ikhanda. I DX SMOOTH yanconywa ngumgundi wami, ngayisebenzisa, kumanje angikholwa umehluko esiwenze empilweni yami. Manje sengiphila ngaphandle kobuhlungu futhi angisenqeni noma kumele ngiyoshefa.
- Jacob Ngcobo, Gauteng
phindela phezulu
UMBALA WESIKHUMBA
isikhumba sami sasivame ukuba namaqhubu okushefa nezindawo ezimnyama ezingefani nobuso bami. Emuva kokusebenzisai DX SMOOTH SHIELD isikhumba sami siyefana futhi sizwakala sishelela kahle.
- Johann Jacobs, Johannesburg
phindela phezulu
UKUZWAKALA KWESIKHUMBA
Senginezinsuku ezi 5 ngisebenzisa I DX SMOOTH kumanje amaqhubu ashabalele nesikhumba sizwakala sibushelelezi. Isikhumba sami sasivame ukuluma uma ngiqeda ukushefa kodwa lokhu ngasebenzisa I DX SMOOTH leyo nkinga ayisekho.
- Luyanda Kama, Port Elizabeth
phindela phezulu
UKUSHEFA
Ngidinga ukubukeka kahle emsebenzini engiwenzayo, lokhu ngasebenzisa I DX SMOOTH BUMP SHIELD manje sengiyakwazi ukushefa nsukuzonke ngaphandle kokucabanga ngamaqhubu. Angiwukholwa umehluko owenzekile.
- Themba Maseko, Mpumulanga
phindela phezulu
Ukushefa bekuhlezi kuba buhlungu kubuye kuphelekezelwe ukopha. Isinqandamathe sami sangithengela I DX SMOOTH, kusukela lapho isikhumba sami siyashelela futhi kulula kakhulu manje ukushefa. Ngiyabonga DX SMOOTH!
- Sbu Khumalo, Northern Cape
phindela phezulu
ISIGCOBO SOKUSUSA IZINWELE
Ngaphendukela ku DX SMOOTH HAIR REMOVAL LOTION ezinyangeni ezedlule, kusukela lapho izinga lezinwele ezikhula ngaphansi kwesikhumba selehle kakhulu, isebenziseka kalula kakhulu futhi izinwele zithatha izinsuku eziningi ukuthi zimile futhi. Akufani nokusebenzisa umshini wokugunda noma i razor, sengiwumlandeli ovelele we HAIR REMOVAL LOTION!
- Neill Matthews, East London
phindela phezulu
Isikhumba sami siyashelela ngempela emvakokusebenzisa i HAIR REMOVAL LOTION, futhi inephunga elinuka kahle emadodeni. Isithandwa sami singitshela nsuku zonke ukuthi manje asisawezwa amaqhubu ashiwa i razor, kukhona isikhumba esishelelayo nesithambile! !
- Bongani Sifiso, Kokstad