English | Zulu | Xhosa | Sesotho | Setswana
Abagundi abanesipiliyoni kanye nobuchwepheshe bahleli besebenza ngamaqhubu kanye nabantu abanezinwele ezimile ngaphansi kwesikhumba, kanti futhi bonke bavumelana ngezwi linye ukuthi into esizayo i DX Smooth.

 
U Isaac Mahlungu we Crew Cut, eKhayelitsha,, eKapa, ubeka kanje, "Iminyaka eminingi amakhasimende ami abengibuza ngento engaba usizo ekunciphiseni ubuhlungu bamaqhubu adalwa I razor kanye nezinwele ezikhula ngaphansi kwesikhumba. Kodwa manje impendulo nginayo – DX SMOOTH!" barber1

 
U Thabiso Mziza, wase Dion's Hair Studio e Berea Center, eThekwini, ubeka kanje, "Emva kokusebenzisa i DX SMOOTH, amakhasimende ami aseyakwazi ukushefa futhi. Iphinde yenza ukusebenzisa zonke izinhlobo zomshini kube lula, njengoba isikhumba sabo sesibushelelezi futhi sesingalumi. Okuncomeka kakhulu ukuthi nalawa mabala ebedalwe ilamaqhubu aseshabalele. Manje ukuzethemba kulamadoda kuyabonakala." barber 2
   
U Thulani Khumalo wase 2lani Hair Beauty Salon e Soweto uthi, "Abagundi bezinwele kuzo zonke izindawo bangakutshela ukuthi into efunwa amakhasimende isikhumba esibushelelezi, - esikhululekile, esingenamaqhubu nezinwele ezikhule ngaphansi kwesikhumba. Manje singabatshela nge DX SMOOTH. Sesibone imiphumela ebabazisayo, kodwa okuncomeka kakhulu ukuthi akuyona nje indlela esheshayo kodwa ehlala isikhathi eside futhi ingusizo ekulweni namaqhubu adalwa I razor kanye nezinwele ezikhula ngaphansi kwesikhumba." barber 3