English | Zulu | Xhosa | Sesotho | Setswana
Uyasithanda isikhumba esishelelayo, ubuso nekhanda elihlanzekile? Ngabe ushefela ukubukeka futhi nokuzizwa kahle?

Kwamanye amadoda ukushefa kuba isikhathi esibuhlungu nesinzima. Manje sikhona isixazululo kulezi zinkinga!

DX SMOOTH BUMP SHIELD

  • Inyusa izinga lokuvikeleka uma ushefa
  • Inikeza isixazululo esisebenza isikhathi eside ukulwisana nezinwele ezimila ngaphansi kwesikhumba kanye nama qhubu e razor.

DX SMOOTH BUMP TARGET

  • Isithako esinamandla esenzelwe amadoda
  • Phakathi kwamahora angama 24 isikhumba sakho sizozwakala sikhululekile kanye namaqhubu azobe esenciphile. Uzobe ususondele ekushefeni ngokuzethemba.

DX SMOOTH ZERO HAIR No Shave Hair Remover

  • Ilungele ukususa izinwele ekhanda, emuva kwentamo, esifubeni, ezingalweni kanye nasemilenzeni.
  • Imiphumela ihlala isikhathi eside kunokushefa.
  • Akukho ukuluma kanye nokuhaya.


OKUNYE